Isenzukuthi (Ideophone)
Isenzukuthi ligama eliwufuziselomsindo elisentshenziswa likhanyise isilandiso, isichasiso, mayelana lesimo, lomhlaba lomsindo kanye lokwenza.Isenzukuthi siphelele asisentshenziswa lezivumelwano kodwa singandulelwa u-uthi olesivumelwane ezahlukene
Isakhiwo: Izinhlobo zesenzukuthi
Isenzukuthi singasihlela ngenani lamalunga noma izinhlamvu zaso kanje:
Esinhlamvunye: bhu,nsi,nke
Esinhlamvumbili: Foco, thutshu
Esinhlamvuntathu: ntinini, dididi
Esimhlamvune: gelekeqe, bhohlololo
Esinhlamvuhlanu: gumbulukuqu,gembelekeqe
Qaphela
Izenzukuthi ezinhlamvumbili kusiya kwezinhlamvunhlanu unkamisa osetshenzisiweyo uyaphindaphindwa.
Isenzukuthi singakhiwa sisuselwa esenzweni ngokujobelela u-yani-,
Isibonelo
Bamba + yani โbambiyani
Bona + yani โboniyani
Funda +yani โfundiyani
Qaphela
ฮป Unkanimsa wokugcina wesenzo uphenduka u-i-,
ฮปSingakhiwa ngokuguqula unkamisa wesenzo osekucineni abengu-i-, noma โiyane-,
Isibonelo
Cwila โ cwili
Cima โ cimi
Kipilita โkipiliti
Hamba โ hambiyani
ฮป Singakhiwa ngokususa ilunga noma amalunga okucina esenzo
Qhamuka โ qhamu
Hlephuka โhlephu
Sithela โsithe.
Ukusentshenziswa kwaso sizimele
Singasihlela ngobuningi bezimhlamvu kanye nephimbo laso:
Eliphezulu, eliphansi, elehlayo, elenyukayo, kanye nelenyukayo lehle.
Isibonelo:
Bhu, Bhakla, Ntinini, Gembelekeqe, Qaphela