Daily Newsletter

Inqwaba yabesifazane iba lezinkinga ngemva kokubeletha

BANGAPHEZULU kwe-40 million emhlabeni abantu besifazane okungenzeka babe lezinkinga zezempilakahle zesikhathi eside ngemva kokubeletha.

Lokhu kuvezwe lucwaningo lwakamuva olushicilelwe emqingweni wezempilo i-Lancet Global Health. 

Lolu cwaningo luveza impilo kamama lezimo zezempilo abhekana lazo ngemva kokubeletha. Phakathi kwalezi zinto kubalwa ubuhlungu uma besiya emacansini (dyspareunia), okwenzeka ku35% yabesifazane abasanda kubeletha, ubuhlungu esithweni sangasese obuhlasela i32%, ukungaphumi komchamo okuhlasela u8-31%, ukukhathazeka okuhlasela i-9-24%, ukucindezeleka okuhlasela i11-17%, ukwesaba ukubeletha ngesikhathi esizayo okuhlasela i6-15% okuhambisana lokuthi bathathe izinqumo zokuthi bangaphindi bathole ingane.

UDokotela Pascale Allotey, ongumqondisi wezempilakahle  lomcwaningi wezinto ezithinta ucansi lenzalo enhlanganisweni yezempilo emhlabeni, iWorld Health Organisation (WHO), uthe: โ€œIzimo zezempilo ezinengi ezenzekala ngemva kokubeletha zidala izinkinga empilweni yansuku zonke kwabanye abantu besifazane. Abantu besifazane kumele impilo yabo yonke bakwazi ukuthola izikhungo zezempilo ezibhekele izidingo zabo. Lokhu akumelanga kugcine ngesikhathi bekhulelwe kodwa langemuva kokubeletha kumele zihlale zikhona izikhungo lemithi yokubelapha ngokupheleleyo ngoba kuyenzeka babe lezinkinga ezizabenza ukuthi badinge lezo zikhungo impilo yabo yonke,โ€ kutsho uDkt Allotey.

World Health Organisation (WHO)

Uthe yize kwaziwa ukuthi zikhona izinkinga zezempilo ezibhekana labantu besifazane ezidinga ukuthi kube lezikhungo noma uphiko olubhekele bona ngemva kokubeletha, kuncane osekwenziwe yize sekuphele iminyaka engu-12 kwenziwa ucwaningo lokuqala olwaveza imiphumela ecitshe ifane lale.

Uthe ababhali balolucwaningo bathi abatholanga lowodwa umhlahlandlela owenziwe ngamazwe, mayelana lokwelashwa okuyimpumelelo kwezifo noma izimo ezingu-32, ezazivezwe lucwaningo ukuthi zikhathaza abesifazane ngemuva kokubeletha, emazweni anomnotho ophakathi lendawo lantulayo.

UDkt Paulo Souza wesikhungo iLatin American and Caribbean Centre on Health Sciences Information (BIREME), iWHO kanye nomunye wababhali bephepha lokuqala lalolucwaningo, uthe: โ€œImpilo kamama akuyona nje into okufanele siqale ukukhathazeka ngayo uma kuvela esekhulelwe. Zinengi izinto ezilomthelela ekutheni owesifazane akhulelwe ngendlela elempilo. Kusukela kwezomnotho, ipolitiki lezinye izinto ezithinta impilo yakhe leyalapho ehlala khona, kuze kufinyelele ekutheni uyakuthola yini ukudla okunomsoco, ukuthi impilo yakhe uyihlele kanjani. 

โ€œLezi zinto zidinga ukuthi kubhekwane nazo ukuze kuthuthukiswe impilo yakhe, kubuye kunakekelwe impilo yakhe.โ€

Uthe kudingeka uchungechunge lwamasu lezinhlelo zezempilo eziqinile, ezineminxa eminingi engahlinzeki nje kuphela ngezindlela zokubasiza zeqophelo eliphezulu, okuzobasiza uma sebebeletha okuhloniphekile kodwa futhi kumele zinqande ukugula kwabesifazane namantombazane ngemuva kokubeletha.-Isolezwe

  • Related Posts

    iyalungiswa iDulivhadzimu

    Thupeyo Muleya, eseBeitbridge  IKHANSILI yeBeitbridge isivale inkundla yezemidlalo iDulivhadzimu Stadium, ibika ukuba ifuna ukuyilungisisa. Inkundla le isentshenziswa ngamaqembu enguqu adlala ku-Division One, iBeitbridge FC leDulivhadzimu FC njalo yindawo ephatha imcimbi…

    Undiza ngempumelelo uMakoto

    Brandon Moyo INHLANGANISO yeZimbabwe Chess Federation (ZCF) isibike ukuthi uRodwell Makoto uzamela ilizwe kumncintiswano we-2025 Fide World Rapid and Blitz Championships eNew York, eMelika kusukela mhlaka 26 kusiya ku-31 Mpalakazi.…

    Leave a Reply

    Your email address will not be published. Required fields are marked *

    You Missed

    Fly Zim flag high: President…Sends off scholarship beneficiaries to Algeria

    Fly Zim flag high: President…Sends off scholarship beneficiaries to Algeria

    Second Republic completes 8 000 projects

    Second Republic completes 8 000 projects

    New water treatment plant, smart meters for Harare

    New water treatment plant, smart meters for Harare

    Mining royalties remittance penalties set

    Growing calls for President to extend term

    Growing calls for President to extend term

    UAE envoy urges Zim to leverage on economic ties

    UAE envoy urges Zim to leverage on economic ties
    Translate ยป