Siqhubekela phambili sikhangela indlela ezitshiyeneyo zokwakha isandiso sendawo. Sitshengisile izibonelo zesandiso sendawo lapho esingajobeleli lutho. Izibonelo ngaphansi kwebizo lesandiso: ikhanda – ekhanda; ukhalo – okhalo, isibhedlela – esibhedlela.
Sikhangele njalo lapho okukhona inguquko ethile kungwaqa ekwakheni isandiso sendawo ngaphansi kwebizo, isandiso sendawo kanye lenguqulelo: umtapo, emtatsheni, inguqulelo ngu- p>tsh’isigubhu, esigujini, inguqulelo ngu bh> j.
Kuzibonelo ezingaphezulu zonke zilamabizo alohlamvu lokugcina/gcina olungundebembili. Lokhu kwenza ukuba kulungiseke emva kokujotshelelwa kwesakhi sesandiso sendawo. Isibonelo isigubhu +ini –esigubhwini > esigujini.
Ukusetshenziswa kwesandiso sendawo: Isandiso sendawo singasetshenziswa ukukhomba: (i) Amagama ezindawo, Izibonelo: iNkayi –eNkayi, iGoli –eGoli; Amabizo emfula –Izibonelo: uMtshezi –eMtshezi, uMzinyathi – eMzinyathini, uThukela – oThukela.
Amagama ezintaba: iZamanyoni –eZamanyoni, IBhalagwe –eBhalagwe, iNtabamhlophe – eNtabamhlophe. Amabizomuntu –amanina –kumanina. Amagama ezizwe: amaKalanga –kuMakalanga, AmaXhosa –kumaXhosa.
Isakhi-k(u) – s- ubaba useGwanda. Kulo umutsho sigaxe u-s- oyisakhi sesandiso sesandiso. –vuka > vusa.
Ukwakhiwa kwesandiso sendawo esabizwaneni soqobo ngaphandiso kwesabizwana lesandiso. Ye(na) – kuye(na); mina – kimi (na) Qaphela: Lapha sisebenzisa isakhi sesandiso u-ku- bese kusithi unkamisa –i- wobumnini woqobo abuyele emuva ukuyatshintsha u-u wesakhi sesandiso k(u) + kimina kimi(na).uma umuntu ethanda uyamtshiya u-na oyisijobelelo lapho ekhuluma.